Tahnin Al Walad - Instrumental
de Sami Al-Shawwa
Awu dali sekwanele
Imizi uyayophula
Kukangaphi ngikuxolela?
Inhliziyo ize yajwayela amanxeba
But dali sekwanele
Imizi uyayophula
Kukangaphi ngikuxolela?
Inhliziyo ize yajwayela amanxeba
Ayi wena uyayiphul' inhliziyo yami
Sowabathola abangcono
Sengize ngaluyeka ngempela uthando lwami
Ngenxa yamanxeba
Wena uyayiphul' inhliziyo yami
Sowabathola abangcono
Sengize ngaluyeka ngempela uthando lwami
Ngenxa yamanxeba
Ndimanxeba nxeba
Ndimanxeba nxeba
Amanxeba nxeba
Ndimanxeba nxeba
Ndimanxeba nxeba
Amanxeba nxeba
Awu dali sekwanele
Imizi uyayophula
Kukangaphi ngikuxolela?
Inhliziyo ize yajwayela amanxeba
Ayi wena uyayiphul' inhliziyo yami
Sowabathola abangcono
Sengize ngaluyeka ngempela uthando lwami
Ngenxa yamanxeba
Wena uyayiphul' inhliziyo yami
Sowabathola abangcono
Sengize ngaluyeka ngempela uthando lwami
Ngenxa yamanxeba
Ndimanxeba nxeba
Ndimanxeba nxeba
Amanxeba nxeba
Ndimanxeba nxeba
Ndimanxeba nxeba
Amanxeba nxeba
Más canciones de Sami Al-Shawwa
- No se encontraron más canciones del artista.