Muntu Wami
de Nomfundo Moh
(Yeah, you know it)
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Bafikil' abakhongi
Kuhlangenwe ngam' aw'boni? (aw'boni)
Bezocel' isihlob' esihle kithi komavela
Bengivele ngamafastela
Ngilokhu ng'shona le ngitatazela
Wang'shela kwaba njalo
Ubhuti indaba yakhe way'mela (way'mela mela)
Ngibonani ngamehlo ami, ngibonani?
Ng'yaphuphani na? Ng'yaphuphani? (ngabe ng'yaphupha?)
Kukhona nam' obon' unkosikazi kimi
Unesifiso sokuth' ng'yovus' umuzi wakini
Ng'ze ngazizwa ngimkhulu
Ngazizwa ngiwmuntu
Ng'yabonga kakhulu
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Injabulo is sky high
Ubhut' uy'khiphe zonke
Nam' angaz' kodw' umshado ngath' usondele
Ng'yambon' ubaba, ng'yambon' umama
Bona bajabule
Ng'yambon' ubaba
Eseng'bambe kwakungiqinisa ngengalo
Ng'yambon' umama esengiyalisisa ngalolu hambo
Uzuy'phathe kahle mtanami
Uhloniph' emzini mtanami
Umendo ke kaw'thunyelwa gundane
Noma kunzima ngicel' uy'bambe ziqine
Uzuy'phathe kahle mtanami
Uhloniph' emzini mtanami
Umendo ke kaw'thunyelwa gundane
Maw' kunzima ngicel' uy'bambe ziqine eh
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Aw' wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi)
Mina ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Más canciones de Nomfundo Moh
-
Phakade Lami
Amagama
-
Uyazkhohlwa
Twenty Four
-
Soft Life
Amagama
-
Izibusiso
Amagama (Deluxe)
-
Lilizela
Amagama
-
Sibaningi
Amagama (Deluxe)
-
Kahle
Amagama (Deluxe)
-
Isandla Sikamama
Amagama
-
Phambili
Twenty Four
-
Nanini
Ugcobo
-
Ngsayozama
Twenty Four
-
Umusa
Twenty Four
-
Noyana - Intro
Ugcobo
-
Uthando Lunye
Ugcobo
-
Umjolo O Healthy
Ugcobo
-
Isthombe
Ugcobo
-
Amalobolo
Ugcobo
-
Umncele
Ugcobo
-
Ndaba Zabantu
Ugcobo
-
Muntu Wasemzini
Ugcobo