728x90
Ad Space

Chronicles of Love

de Nkosazana Daughter
3 visitas
468x60
Ad Space

Abondaba, amagwala
Bathutha bathutha usizi lwakho
Baluyenz' injabulo yabo

Ubani ongazi impumelelo?
Impumelelo iyakhulumisa
Bakhuluma eyami inkinga
Ey ngathi abanazo inkinga
Ubani ongazi impumelelo?
Impumelelo iyakhulumisa
Bakhuluma eyami inkinga
Ey ngathi abanazo inkinga

Umakhelwane unomona
Mina ngiyambona, njalo
Ukhulum' indaba zami
Umakhelwane unomona
Mina ngiyambona, njalo
Ukhulum' indaba zami
Umakhelwane unomona
Mina ngiyambona, njalo
Ukhulum' indaba zami
Umakhelwane unomona
Mina ngiyambona, njalo
Ukhulum' indaba zami

Ezamini zazizwa ngawe
Ningavumi banitshela amanga
Ezamini zibon' ngawe
Abondaba bayahleba

Ubani ongazi impumelelo?
Impumelelo iyakhulumisa
Bakhuluma eyami inkinga
Ey ngathi abanazo inkinga
Ubani ongazi impumelelo?
Impumelelo iyakhulumisa
Bakhuluma eyami inkinga
Ey ngathi abanazo inkinga

Umakhelwane unomona
Mina ngiyambona, njalo
Ukhulum' indaba zami
Umakhelwane unomona
Mina ngiyambona, njalo
Ukhulum' indaba zami
Umakhelwane unomona
Mina ngiyambona, njalo
Ukhulum' indaba zami
Umakhelwane unomona
Mina ngiyambona, njalo
Ukhulum' indaba zami